AbakwaMasuku 😍 Masuku Origin // Masuku Clans

AbakwaMasuku // Masuku Origin // Masuku ClanΒ  Abantu bakwaMasuku kusengabantu bakwaNdwandwe. Abantu bakwaNdwandwe badabuka ngasezintabeni amaGudu.Lezi yizintatshana ezengamele umfula uPhongolo.Ngakho-ke kusashiwo uma kukhulekwa kwaNdwandwe, kwaNxumalo kumbe kwaMasuku kuthiwe ”Ndwandwe waseGudu”noma kuthiwe nina base’Gudunkomo’.iNdlu yaseKhohlo yaMaNdwandwe nokuyindlu yakwaNxumalo yona yazinza ngasentatshaneni iTshaneni enyakatho yomfula uMkhuze nalapho sekulidolobha laseMkhuze khona namuhla. Indlunkulu yamaNdwandwe yona-ke yakha eMaGudu,iKhohlo lona … Read more