clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Search results: "mkhumbikazulu" Page 1 of 2

Mkhumbikazulu Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Surname. Sereto sa . Iziduko zako .’s surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Abantu bakwa Ngobese ukuqhubeka komlando wabo

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwa  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile. Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha kaSenzangakhona. Indawo […]

Izibongo zakwa Ngobese

Mqungebe, Khaba, Xongo, Sihayo, Mehlokazulu, Mkhumbikazulu, Nonjini, Gudlumkhonto, Mdonswa, Mlambo, Bantungwa Abamnyama

Impi yaseSandlwane

Impi yaseSandlwane Impi yaseSandlwane kwakulwa uZulu namaNgisi. Isilo esasibusa kwabe kunguCetshwayo,uJininindi omnyama uzitho simagwegwe kubakayise, ubhulumlilo eNdulinde! Amaqhawe ayekhona: Mkhosana kaMvundlane Biyela Ntshingwayo kaMahole Khona Godide kaNdlela Ntuli Sihayo wakwa Ngabese Zibhebhu kaMaphitha Zulu Mehlokazulu kaSihayo Mkhumbikazulu kaSihayo Mbopha kaWolizibi Hlabisa Hayiyane kaMaphitha Zulu

Page 1 of 2

β“’ 2025