Izithakazelo zakaMwandla: Nkwela, Themane, Ndubane, Mpangazitha Nina Enaduba izinkomo zamabhunu, Mqabula Nkungu Kwavela ilanga, Sbongo Esihle Esidlula Zonke Izibongo Emhlabeni, Uma Uhlangana Nathi Ubothi Nkwela, Ndubane, Nina enaduba izinkomo Zamabhunu !! Ubukhosi kahle hle bukini, nazwala nakho! KaMwandla boze bavume ukuthi isezigwilini Wonke amantombazane afuna ukuganela khona. Ofuna ukuthatha kaMwandla alungize izinkomo eziyishumi nambili ngoba […]
Search results: "mwandla" Page 1 of 4
Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
MWANDLA Ndubane, Nkwelo, Themane, Nohaye, Soyanga, Mkhasibe, Mpangazitha oziphangayo,, Siyenjana siyasikwa siyahluma sinjenge dobo, Nina baka mqabula nkungu kuvele ilanga, Nina abaka msongi wensimbi ayithwale ekhanda, Nina abe Nhluzwa emdlenevu, Ncaphayi! By Xolani Ka Nyangazonke – xmwandla@gmail.com
Mwandla clan praises Mpangazitha, Nkwela, Madubane, Nina enaduba izinkomo zamabhunu, Sbongo esihle ukudlula zonk ibongo emhlabeni, Ndubane, Themane, Nkwela, Ndumandumane eyaduma ezizweni!