πŸ’›

izithakazelo

Search results: "ng" Page 1 of 80395

Malanda clan names & Meaning

Malanda and mayanda are under the same clan, Mkwanazi Amalanda amhlophe qwa!

Izithakazelo noma izibongo zakwa Masimula (Masimula clan names):

ZULU and SWATI: Masimula! Boyane, Bangela, Mthiyane, Zambule, Mgabhi, wena ogabha ngamashoba amabili ezinkomo abafokazane begabha ngezandla, Gusundwane, Chinswayo, Mnguni omnyama, angamhlophe ufuze konina, Zobhi zamahlathi, Ntuntwane zikhweya ngothi, ziludwendwe zibheke koMashobane. Vezi, Biyela, Nkomo, Mhlophe, Nina baka Mngcanjana kuvele mungcanjane, Nina bensimi eyavuma emngceleni yaze yayovuma sinyikithini, Nina bakamugxala kawungeni uyathantalaza, Nina baka Chaphane […]

Izithakazelo zakwa Bulunga

Bulunga; mthunzi; mbhamali; mveni wase tholeni; thikazi; kwesaba; macwele wena owa gudla ubombo ngokuhlehlezela! mazala nkosi; mabuya; mabuya zembethe ezaka gogo wakhe kwesaba ~

Mange clan names

Mange; Mdumane; Sidlo’kwethu abafokazane badla okwabo; Mntimbane !

Page 1 of 80395

Β© 2026