Mtimde clan names are as follows: ooBhovu, ooMahlobo, ooDumela, ooZakeni, ooChila, ooMbelase, ooNtombela, ooMpangazitha, ooMageba, ooTshaka, ooMv’ awubhekwa ubhekwa ngabawaziyo !
Search results: "ni" Page 1 of 79729
Inzalo ka Mhlanga isabumbene yayibizwa ngokuthi abeNguni baseMbo ngaphambi kokuthi ibizwe ngokuthi amaMpembe (abakaLanga) kungekabikho igama elithi amaSwati, amaHlubi, amaNdebele, amaBhaca, amaZulu noma amaMfengu. Ngesikhathi seMfecane, iningi lenzalo yakhe yabuthwa namaNdwandwe, amaNgelengele, namaZelemu. Nansi inzalo yama 1600 to 1800 kaMthi ongothiwa (Mthβongothiwa) kaSomdibela kaGobodwana (uqobodwane) kaNcobela kaMhlanga kaMpembe kaNguni. Fakathi Gagayi Gizani Jubaphezulu Khamba Kofana […]
Kuthiwa kwakuwumnumzane owayengahlabi endaweni bonke behlaba, kwakuthi njalo makuhlatshiwe kuthiwe kuye “mkhipheni” ngoba engahlabi ehlale edla kweminye imizi kowakhe kungadliwa. Kuthiwa mhla enquma ukuhlaba wavele wagila ismanga wahlaba ukudlula wonke umuntu inyama yayithwalwa ngisho nangamabhala indlela eyayiningi ngakhona. Kuthiwa kwakuyinkunzimalanga leyo eyayinemfuyo eningi nemali eningi yenza umsebenzi kuthiwa alukho uhlobo lesilwane eyayingasihlabanga kulowomcimbi kusukela ezinkukwini, […]
Mlangeni clan names are as follows: Mlangeni, Mncube, Mzilankatha, Gumakhulu, Mahlazitha, Malandela Langa!!