Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "nobamba" Page 1 of 5
Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Nkwanyana Myikwe! Zikode! Zikode kaLanga Makhanda Nina bakaMangena ngezith’ ekhaya, Iqili likaDonda elihlatshwe kwaze kwashona ilanga, Zingakahlatshw’ izibhabhayiyana, Wena kaNokuphatha, kaNkomo zinendumo Mvundlana owashiya izinja nabantu, Ogijime ngebel’ ukhalo lakwaMthethwa. Ebaleka nentomb’ emhlophe yakwaMthethwa, Ijuba elenz’ amangong’ emuva kwendlu kwabo kwaNontshikila. Ngibabaza ngingabikeli muntu, Unonsula nyembezi ngomkhonto, Umkhon’ uphambana nowesotsha eNkandla. Mthayi kaNtshele! Mathunjana Mbokodo […]
Imvelaphi yabakwaNtanzi | Ntanzi Surname Origin Kwesinye isikhathi abantu banokufisa ukwazi imvelaphi yesibongo sabo. Ake sibheke kafushane ukuthi abantu bakwaNtanzi ithini imvelaphi kanye nomlando wabo. Abantu bakwaNtanzi baphuma kubantu bakwaNtombela. lokho kusho ukuthi bangabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni njengabo abakwaNtombela. AbakwaNtombela bona baphuma kuNtombela owabe engumnawa wenkosi uMalandela ka Luzumana, enguyise omncane oQwabe noZulu. Laba-bantu bakwaNtanzi […]