πŸ’›

izithakazelo

Search results: "sidwabasiluthuli" Page 1 of 3

Umlando wabakwaDlamini

AbakwaDlamini bangama Nguni aseMbo ngokwezigaba zamaNguni. UMSUKA WABO BAZE BAFIKE ESWAZINI Ngeminyaka yawo 1500 babeseKenya behlala khona base befuduka njengabantu bonke behlela eMozambique, kodwa bahlushwa ngamaPutukezi khona, base basuka baya kwaNgwane ngeminyaka yabo 1600. Kathi ngeminyaka yabo 1700 base begcwala amazwe onke njengoba bebaningi eZimbabwe, eMzansi nasezindaweni zonke. Bonke oDlamini umhlaba wonke bahlobene, Dlamini waseZimbabwe […]

Izibongo zakwa Maseko

Ngcamane, Sidwabasiluthuli, Mdandulukwane, Khubonye, Ndlovu, Maphanga, Khabangobe, Simelane

Izithakazelo zakwa Mshengu Clan Names

Mshengu Clan Mshengu, Mavuso, Ngxabalala (Shabalala), Chagwe AbeNguni abamhlophe baka Noyaba Sidwabasiluthuli !

Amakhosi akwa Mshengu Chagwe

Chagwe Thingisi Bhuqa  Sayiwana Bhokwe Msamanisi Mehlwempi Nkosikayikho (akazange abuse) Phikindaba (akazange abuse) Izithakazelo Mshengu, Mavuso, Ngxabalala (Shabalala), Chagwe AbeNguni abamhlophe baka Noyaba Sidwabasiluthuli.

Page 1 of 3

Β© 2026