Umlando wabakwa Ntanzi | Ntanzi Clan History

Imvelaphi yabakwaNtanzi | Ntanzi Surname Origin Kwesinye isikhathi abantu banokufisa ukwazi imvelaphi yesibongo sabo. Ake sibheke kafushane ukuthi abantu bakwaNtanzi ithini imvelaphi kanye nomlando wabo. Abantu bakwaNtanzi baphuma kubantu bakwaNtombela. lokho kusho ukuthi bangabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni njengabo abakwaNtombela. AbakwaNtombela bona baphuma kuNtombela owabe engumnawa wenkosi uMalandela ka Luzumana, enguyise omncane oQwabe noZulu. Laba-bantu bakwaNtanzi … Read more

Izithakazelo zakwa Ziqubu Clan Names

Ngonyama yenduna, Biyase, Joli nabantu, Mpangazitha, Mgidi ka tshana, Magiy’ azaqhethuke njengengonyama, Luphondo olwamila kahle ngoba lwamila esokeni, Khathini, Mamba kayimudli umuntu imudla ngoba eyinyathela, Luphondo, Nina bophondo oluphambili, Nina bekunene, Khathini silwa ngekhanda njengenqama, Ziqubu ezaqubuka inkosi ibalisa ithi siphelile isizwe sakhe kanti cha sinqobile, Ingwazi eyagwaza kuqala ezinye zingaka gwazi, Udikadika phezu komuntu … Read more

Umlando wabakwaMdletshe 😍 Imvelaphi Mdletshe

AbakwaMdletshe: Abantu bakwaMdletshe baphuma kubantu bakwaMthethwa .Abantu bakwaMthethwa bangamaNtungwa angaMalala ngokwezigaba zabeNguni ,kodwa -ke ngokuhlakazeka kwabo kugcine abanye sebengamaNtungwa-Nguni .Nabo abakwaMdletshe sebengaMantungwa -Nguni ize bezalwa kwaMthethwa . Ukuvela kwesibongo sakwaMdletshe: Isibongo sakwaMdletshe sivele ngokuthi omunye wabafana bakwaMthethwa ekhulelise intombazane. Uma beyibuza ukuthi ngubani oyikhulelisile yakhomba lowo mfana. Abadala bakhona kwaMthethwa base bethi udla etsheni, lowo … Read more