Izithakazelo zakwaVidima, Vidima Clan

Skhuphakhupha, Ngqayi, Makhongolo, Funeka, Mzila, Ndimende (Ndima ende), waze wafikela kwaMkhize wagwaza wamela le, Mvumnyama, Mswati woMzulu, waphenduka yibo, wena ongenaNkosi, Sikhuthali, uMabheka phansi musukele uzomubona. Abanye bathiSoshangaan, Manukosi, Aziqedwa. Amanye yamakhehla akhona Khothani, Tilongo, Gozile ( wayeke abuye athi ncwadi zabelungu mayethakasela), omabilwana, Bhekithemba, Mandlakayise.