clan names 👑 history

izithakazelo

Search results: "sunduze"

SUNDUZE Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Abakwa Ximba Umlando wakwaXimba

Ximba Abantu bakwaXimba \Mlaba baphuma kuNyawo. UNyawo wayenamadodana amaningi okwathi uma esekhotheme kwaba nombango,agcina-ke esedube ikhaya.Ngokwezigaba zabeNguni bona bangaBaMbo Nguni yize noma sebegcine kungathi sebengabeSuthu kodwa -ke lokho kwenziwa ukuthi ngesikhathi sezimpi kunengxenye eyafuduka baze bayofika ebaSuthwini kwaba sengathi sebengabeSuthu. Ziningi izizwe noma abantu ababalekela izimpi bagcina sebekhosele ngaphansi kwezibongo noma kwezizwe ezithile .Lokho kugcina […]

Abakwa Ngongoma

Abakwa Ngongoma 😍 Izibongo zakwa Ngongoma AbakwaNgongoma ngenye yezindlu zakwaNgcobo. Abantu bakwaNgcobo badatshulwa nguVumezitha, uyise kaNgcobo noMkheshane. Laba bantu bakwaNgongoma bayatholakala laphaya eMsunduze eNdwedwe. Ukwelamana kwabo!! UVumezitha wazala uNgcobo. UNgcobo wazala uDingile UDingile wazala uNyuswa….uZonga… UGasela….uXhoko kanye noNgothoma. AbakwaNgongoma baphuma kuGasela owazala uNombika. UNombika wazala uNdaba. UNdaba wazala uMashiza owazala uMavela. UMavela wazala uBhofungane owazala uMafongosi.. […]

Umlando wakwa-Ngcobo

Umlando wakwa-Ngcobo Izithakazelo zakwaNgcobo MapholobaNyuswaFuze, Mavela,Mafuz’afulele njengefu lemvula,Mashiya amahle ngath azoshumayela,Dambuza, Mthabathe,Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,Malal’efake umunwe endunu,Avuke ekuseni awuncinde akhombe ilanga,Mavulankungu kuvel’ilanga,SididaneNgongomaMaQadi amakhuluMbili Zikhona izikibha zakwaNgcobo ezinhle ezibhalwe izithakazelo/izibongo: 061 868 5163T-shirts: R200Hoodies: R400  UVumezitha wazala amadodana amaningi, kodwa agqama kakhulu kwaba nguNgcobo kanye noMkheshana. Izibongo ezithinte oNgcobo zivela kulaba bantu ababili, abangamadodana kaVumezitha. […]

ⓒ 2025