Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "thembele" Page 1 of 2
Majubane, Nyembezi, Ngalonde, Mbusisi, Mancokola ethembele ngehlathi, Malandelwa yintombi ithi ndizeke noba awuna nkomo !!
Mthembu Mvelase Qhudeni Jama ka Mnisi Mnisi wemvula ilanga libalele, Gabadela owagabadel’ inkundla yakwaBulawayo Utshani abushi busha ngokubhebhezela Khuluse omuhle Phewa Ngoza kaMkhubukeli kaGazi. Nina baseMlamlankunzi! Wena kaNgoza ‘kakhokhobi, ‘kanjengay’ uMacingwane waseNgonyameni, yen’ obedl’ imihlambi yamadoda ngokuyikhokhobela; Wena kaJel’ ophume kuNdingiza kuHlazakazi, abanini beNdingiza basale bevungama… Cuphayibambe Mhlakazanhlansi bayosala becisha abafokazane Gabadele Mvelase ka Guda! […]
AbakwaGwala Abantu bakwaGwala baqhamuka enhla nezwekazi njengabo bonke abeNguni. Babeyingxenye yesizwe sakwaDlalmini ngesikhathi kufikwa eHlathini likaDlamini ePhakwe kuqhanyukwa ngaseSwazini kade kufdukwe uZulu wonke esuka eNkabazwe yeZwekazi iAfri lapho sekuyiSudan khona. Kwathi -ke sekwehlukaniselwana izindawo abkwaGwala banikezwa indawo eseduze kwentaba yasoPhisweni enhla kwesizwe saseMakhabeleni buqamamana nesizwe sakwaDlamini. Laba bantu bakwaGwala badatshulwa nguMphephethe okwathi ngenzalo yesende lakhe […]