Ukuthukusela ugaba othuthwini: Ukufihlela umuntu iqiniso bese umvezela engasalindele;Β To hide the truth from someone and only reveal it when they have forgotten about it or least expect it.
Search Results for: thuku
Isithukuthuku senja siphelela eboyeni
Konke akwenzeyo akubongwa futhi akunconywa ngisho noma kukuhle kanjani.
Ukuthukuthela ugane unwabu
Ukuthukuthela ugane unwabu
loku kusho ukuthukuthela kodwa ungabonakalisi.
Lokhu kufaniswe umuntu nonwabu lona olushintsha imibala.
Kungaba umuntu ozihlekisayo kodwa ngaphakathi ebe ediniwe