AMAMBHUKA NOKUXABANA NOHULUMENI

AMAMBHUKA NOKUXABANA NOHULUMENI… Ngomhlaka-12 kuNdasa(March), umLungu uJ.W Cross. Wabiza imbizo, ngenhloso yokuchazela isizwe saMabomvu, ngokukhokha intela nokubalwa-(Census). Okwakuwuku balwa kokuqala ezweni kazi i-Africa. Isizwe saMabomvu, sasingaphansi kweNkosi uNjengabantu kaSobuzwa kaMyoli kaNyoniyezwe kaMawele kaSomahhashi kaMatomela kaNdlovu kaNomafu kaNgcukumane kaMyaluza kaNgogo Ngubane. Lesi sizwe sasibizwa ngokhokholozi weNkosi uNjengabantu, uMabomvu owayezalwa nguNgubane owaba yisibongo sawo aMabomvu. Lesi sizwe … Read more