clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Search results: "umhayi" Page 1 of 2

Umhayi Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Surname. Sereto sa . Iziduko zako .’s surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Langa clan history | Umlando Langa

Umlando wakwaLanga: Abantu bakwaLanga bangabaNguni abawela esigabeni sabaNguni abangabaNtungwa Nguni ngokwezigama zabaNguni. Laba bantu bakwaLanga baphuma kubantu bakwaZulu. Umuntu esiqala ukuzwa ngaye nguye uLanga uqobo lwakhe. ULanga wayeyinkosana kaZulu futhi nguyena okwakufanele abe yinkosi ngemuva kokukhothama kukayise uZulu kodwa ngenxa yokuthi wayemhlophe (eyisiphiwo) lokho akusenzekanga. UZulu ungukhokho wabakwaZulu, abakwaMbatha, abakwaDladla nezinye izibongo. Yena uZulu wayezalwa […]

Izinkondlo: Ngizokulinda ubuye

Izinkondlo: Ngizokulinda ubuye Ngifona ngisemafonini ezitolo lapha engangivame ukukufonela khona uma ngisuka eskoleni,Ngifona ngeshumi lami lokugcina,Benginethemba lokuthi uzotholakala,Kepha ngenxa yezizathu zomhlaba awukho emoyeni,Phela kimi awukasuki emqondweni,Nasemazweni lapha okhona ngiyethemba awukhohliwe imina,Sekuhambe izinsuku ngingakuboni,Kuphele iminyaka manje ungaveli,Kepha ngizokulinda ubuye, Ngimile ngedwa ekhoneni lapha esasibloma khona,Ngiphethe lesiya sithombe esasisishuthe khona,Ngiyabona sasibahle lapha sifanelene,Nawe wawumomotheka kuze kwavela nezifaca,Azange […]

Izinkondlo: Ntokazi yakwaZulu

Izinkondlo: Ntokazi yakwaZulu Angizidele amathambo ngithathe lelithuba,Ngicele izwi kuMdali ngihaye nganasi isimomondiya,Esihle esisho ngezinwele ezingathi ezasendiya,Umadlula uphenduke, uzwi limzwilili,Ubuhle bendalo naye ebe wadalwa wabekwa emazweni nguMdali. Ngisho intombi yakwaZulu, Smomondiya sakwaZulu,Wena muntu wasemazweni,Ezigodini zakwa Zulu lena komama ongemama,Kamhlaba uyalingana lena kwandaba zabantu,Ngisho wena nduku enhle egawulwa ngamazw’ amnandi,Wena manzam’ toti angaphuzwa izishimane,Nami nje sengizidel’ amathambo […]

Page 1 of 2

β“’ 2025