Umlando wabantu bakwaMvuyana & Cele Surname Connection

Umlando wabakwa Mvuyana Abantu bakwaMvuyana baphuma kubantu bakwaCele ,lokho kuchaza ukuthi bangaMantungwa angaMalala ngokwezigaba zabaNguni . Ngesikhathi senkosi uDingiswayo yabakwaMthethwa umuntu owayebusa noma ngithi owayehola isizwe sakwaCele kwakunguDubandlela indodana kaMkhokheleli. UDubandlela wakhula waze wangumdodovu wexhengu ingekho indodana yakhe ethatha ubukhosi .Aze ashona wonke amadodana akhe esaphila uDubandlella . UDubandlela wazala uMdinsilwa, uVico kanye noSothukuza. Kwabe … Read more