Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "vikele" Page 1 of 3
Abelumbi, ngoba babedubula babulale umuntu ekude, kwabukeka njengomlingo loko ukulumba, igama elithi ukulumba elinye igama elisho umlingo(magic) ngesizulu. Leligama laqhamuka ngenkathi iLembe libuza abamhlophe ukuty yini abayisebenzisayo ekuzivikeleni noma ukulwa nezitha. Bamkhombisa isbhamu waphika wathi lento engacijile ingambulala kanjani umuntu. Wasethi nangu umuntu mbulaleni ngibone,baty abamhlophe ngeke ngeke bebulale umuntu engena cala akabeke inkomo okuncono. Nangampella […]
Isizinda Ngesizinda kushiwo indawo, inkathi nesimo senhlalo (okwenzekayo endabeni) emdlalweni. Mayelana nendawo kuqondwe ukuthi eyasemakhaya noma eyasedolobheni yini, ngenkathi kuqondwe ukuthi inkathi yakudala eyoguquko noma eyanamuhla yini. Indawo. Le ndaba yenzeka endaweni yasemadolobheni eMgungundlovu, uQhilika ubaba kaMqapheli ubenamabhizinisi, isitolo. Amathuna azofihlwa kuwo iMountain rise Uthole nethenda yokwakha inkundla yezemidlalo. uMagqubu une(Mall) inxanxathela yezitolo. uAyanda ufunda […]
UMantombazana “Manto” Edmie Tshabalala-Msimang wayengusopolitiki waseNingizimu Afrika. WayeyiPhini likaNgqongqoshe Wezobulungiswa kusukela ngo-1996 kuya ku-1999 futhi wasebenza njengoNgqongqoshe Wezempilo kusukela ngo-1999 kuya ku-2008 ngaphansi kukaMongameli uThabo Mbeki. Ubuye wasebenza njengoNgqongqoshe eHhovisi likaMongameli ngaphansi kukaMongameli uKgalema Motlanthe kusukela ngoSepthemba 2008 kuya kuMeyi 2009. Ukugcizelela kwakhe ekwelapheni ubhubhane lwengculazi eNingizimu Afrika ngemifino efinyeleleka kalula efana namazambane ase-Afrika, ugalikhi […]