Umlando wakwa Mkhwanazi Kwa Mpukunyoni 1800-2025

Abantu bakwa Mkhwanazi kwa Mpukunyoni bafike lapha ngeminyaka yabo 1800 kufika u Veyane eqhamuka ebukhosini bamaSwati ngoba ngaleminyaka ibingakabibikho imingcele yamazwe kanye nawo amazwe asikwe ngo 1884 nge-Berlin Conference. Uthe uma efika Veyane wathi zibalala kwesakwaThabethe kodwa wangamukelwa wase wadlulela kwesakwa Nyawo nakhona kwangahamba kahle. Wafudukela kwaMnqobokazi lapho athi ukuzinza khona waze wafudukela ngaphesheya kwe … Read more

Umlando wakwa Nzama nezithakazelo zabo

Abantu bakwaNzama kusengabantu bakwa Wosiyane, Imvelaphi yabo ikwa Ngcoba bahlobene no Dube, Nyusa nama Qadi. uNgcobo no Mkheshane bazalwa ngu Vumezitha wakwa Nyuswa bahlobene futhi no Shangase. Abantu bakwa NZAMA Wosiyane baningi eMvoti. Ake selamanise amakhosi akwa Wosiyane ngoba isibongo nesibongo umlando waso ulandeleka ngamakhosi aso. Nzama, Manjanja, Khumalo (hhayi Mntungwa), Mvakela, Mashiza, Ngombane, Mvakwendlu, … Read more

Mkwanazi Origin / Umlando wakwa Mkhwanazi

Mkhwanazi originates from the Northern part of the Zulu kingdom from the royalty of the Ndwandwe tribe Kuthiwa MKHWANAZI KA NDWANDWE and lezi izithakazelo are correct Then MKHWANAZI gave birth to Nkwali HENCE isithakazelo esithi Nkwali Ye Nkosi. Then Nkwali who is MKHWANAZI migrated also to the Hlubi clan of the Xhosa/Zulu tribe so they … Read more