Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "wazini" Page 1 of 27
Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Mthombeni history, origin and clan names Abakwa-Mthombeni baziwa ngokuthi bango-duma noma Dlangisa, Mseleku, Lwandle, Magagula, Ntenga, Mvenya, DumisaLaba ke kuthiwa bafikela eSwazini phecelezi Swaziland bafika bakhonza khonaAbakwa-Mthombeni bebengha hambisani nombuso wase swazini okwagcina enye indoda yakwa-Mthombeni igagula igama lenkosi yamaSwatiAbantu bonke bethuka ngoba kunge jwayelekile ukubiza inkosi ngegamaAbase swatini base bethi laba bantu sebengo MagagulaIlapho […]
MSIZAZWE Khambule, Mzilankatha, Inkatha kayingen’endlini,yangena kubol’izinkaba zabantwana, Nina bakwaNkomo zilal’uwaca,ezamadojeyana zilal’amankengana, Mlotshwa, Malandel’ilanga,umaliyoshon’emaNcubeni, Mpangazitha, Magasolo Nina basebuhlen’obungangcakazi, Abadl’embeleni wenkomo kungafanele, Kwakufanel’udliwe ngabalandakazi, Nina basemaNcubeni, Enabalekel’uShaka naziphons’emfuleni, Kwakhuz’abantu benifihla, Naphenduk’abakwaKhambule, Nafik’eSwazini,naphenduk’uNkambule, Msuthu, Mncube onsundu ngezinyawo zakho, Wen’oyithath’iNkosi,uyibeke enhlabelweni, Nina baseSilutshana, Nin’enakhelene noMbundo, Nina bakaMaweni, Nzimande, Mncaphayi, Shezi, Malangatsha !