Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "yengama"
Mnikathi, khaphela, Gcwensa kagwingcane , Maqoqo kaMjamane, kaMjiya kankonyane, baka fumbatha mafana ayemangaki ayengamabili, nina basemzini omkhulu wasengolozini, nina bothi oludala baka Mthond’ okwey’ intaba, abakhe ngenhla kwendlela, abakwadlulwa zihlinzwa, abakwadub’ inyama , Nina bek’nene ! πππ(inkosi ayqedwaa)
Uma sikhuluma ngempi yaseSandlwana kudingeka sazi ukuthi inhlosonqangi yabahlaseli kwakungukuqeda uMbuso woBukhosi bukaZulu owawusasele eNyakatho yoThukela noMzinyathi, ngaphansi kweNgonyama uCetshwayo eyaqala ukubusa kusukela ngowe-1872 kuya kowe-1879. Ukuhlasela uMbuso wamaNgisi wakwenza ngokusebenzisa amasu kangqondongqondo wezempi eChina, uSun Tzu, oncwadi yakhe yashicilelwa ngowama-400 singakaFiki isiKhathi sikaKrestu . Le ncwadi ethi: The Art of War yase ihunyushiwe yashicilelwa […]