Jaca clan praises in South Africa

Jaca
Msenti
Nomafu
Msolwa
Zondwayo, ohlala bemzonda bethi wonile nob’engenzanga lutho
Ngwekazi
Mkhethaphel’emasini
Nina mageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi, mbacomfofu ophuma eswazini
Nomafu
Vumile
Malimela, owalimela amadoda ngenkomo ezimbili kuya kwezintathu

Zaca Msenti Clan Names

Zaca Msenti Clan Names

zaca msenti, nomafu, mkhethaphela, zondwayo, ngwekazi, solwa, nina mageza ngobisi abafokazane begezangamanzi, mbacomfofu ophuma eswazini, jaca, nzaca, malimela owalimela amadoda ngenkomo ezimbili kuya kwezintathu, nina enakha endleleni ngoba nisiza ababulawayo, bathembhu ababulala itibane kwangabandaba zalutho!