Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Bhebhe Clan Names 😍

Izithakazelo zakwa Bhebhe

  • Bhebhe,
  • Makhedama,
  • Soyengwase,
  • Nina bakaBhebhe kaMthendeka,
  • Nina bakaSoqubele onjengegundane,
  • Nina baseSiweni,
  • KwaMpuku yakwaMselemusi,
  • KwaNogwence webaya,
  • Dlomo weNdl’ende,
  • Sihlangu samavaka seswel’ababhemu,
  • Wen’owalala nomunw’endunu, wavuka wawuncinda
  • awukhomb’ilanga,
  • Makhul’emini abafokazana bekhul’ebusuku,
  • Zingwazi zempi yakwaNdunu,
  • Njoman’eyaduk’iminyakanyaka,
  • Yatholakal’onyakeni wesine,
  • Yabuye yatholakala ngowesikhombisa,
  • Langeni,
  • Owavel’elangeni!
Ncambele Clan Praises ❤️ Ncambele Meaning & History
Ncambele Clan Praises ❤️ Ncambele Meaning & History

Ncambele: If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history Read more

Izithakazelo Zakwa-Shabalala
Izithakazelo Zakwa-Shabalala

Izithakazelo Zakwa-Shabalala Mshengu Donga kuka Mavuso Sidwaba silu Thuli Ngxabalala Chagwe Noyaba Mabhedla Thapo Thingisi Read more

Previous

Bhengu Clan Names  👑

Next

Izithakazelo zakwa Biyase ? Biyase Clan Praises

2 Comments

  1. Yabona lento ebhalwe la iyanginyanyisa ngoba kuhubhuzwa amanga kokunye akobuza umuntu mayengazi kungathunazwa isbongo sami. From Njomane umfowabo wenkosi yabahlongo eNdulinde

  2. Siyabonga Mandina mfoka Zulu, uyishayile ngempela!!!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: