Izithakazelo zakwa Cebekhulu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Cebekhulu 😍 Cebekhulu Clan Names Cebekhulu, Gobeni, Nsele, Mangethe Zikode kaPhikela, Wena Wasetsheni, UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane, Edla im’hlambi yezinkomo zamadoda, Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele, Bathi uZwane udleni kwaMtambo? Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana, Ntshosho! Wena kaMafu kawalingani, Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo, Ntsele kaLinda kaMkhonto, Awungilinde ngilande ezami eZungeni, Mthanti, … Continue reading Izithakazelo zakwa Cebekhulu Clan Names Umlando