Imvelaphi yabantu bakwaMachi nobudlelwane noNgesi nezinye izibongo zakwaMachi
UMachi uzalwa Msuthu, kaNtamonde, kaSabela, kaHenga. Bavela eLusuthu. UMachi uMagoba inkosi eyabusa ngemuva kukaMachi. Inkosi uMagoba yayinamakhosikazi amane. Izindlu zawo kwakukhona eyakwaMhlamvu …