izithakazelo.blog
Izithakazelo zakithi
Mvelase, Mthembu, Wena kaGude, KaNobasali, Wena kaMkhuphukeli Wena kaKhopho kanethwa Unethwa yizimvula zomkhemezelo. Wena owavela enyanyeni. Wena kanonomashingila wezizwe nezingwenyama. Mthembu!!!