Izithakazelo zakwa Bhengu

  • Ngcolosi!
  • Wena wakwaDlabazane,KaNgwane,
  • KaNephu kaLamula,
  • Nyawo zigezwa ngamazolo,
  • Nina enivuka nixubhe ngelala,
  • Shongololo,
  • Wathi uyalithinta lahwaqabala,
  • Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze,
  • Nyawo zeshongololo kaziphumuli,
  • Sigampu,
  • Ngwane, ingwani ngwadi,
  • Abayibone ngesond’ukuthi iwelile,
  • Jali,
  • Nina enilala nomunwe,
  • Nivuke nikhwif’ilanga,
  • Mmemezi kaHlangabeza,
  • Ngcolosi!

Zikhona izikibha nama-jacket akwaBhengu: Whatsapp/ Call: 061 868 5163

Bhengu-Ngcolosi
Bhengu-Ngcolosi

Prices
t-shirt: R200
hoodie: R400

Imvelaphi yakwaBhengu | Bhengu surname origin

AbakwaBhengu | Ngcolosi UMUNTU wokuqala ongukhokho wabantu bakwaNgcolosi nguSongololo. Yena wazala uLusibalukhulu, uLusibalukhulu wazala uDlabazana ozala uBhengu. Kokhokho babantu bakwaNgcolosi Read more

Bhengu Clan Praises | Izithakazelo zakwaBhengu

Bhengu: Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Read more