izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwa-Duma
Izithakazelo zakwa-Duma Ntenga, Mthombeni, Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu, Ngongolozi owaphekwa netshe, Kwavuthwa lona kuqala, Thabisa, Mvenya!