clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Khanyile

Izithakazelo zakwa Khanyile 😍 Khanyile Clan Praises

  • Sothole,
  • S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,
  • Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
  • Odl’isinkwa esinothotho,
  • Mahamba kancane Sogodi,
  • Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
  • Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
  • Ntunjwa kaLanga,
  • Mthiyane,
  • Ndwandwe,
  • Zikode, Mabhuqa,
  • Ngwane,
  • ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
  • Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Khanyile Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Khanyile  Khanyile Clan Praises
Izithakazelo zakwa Khanyile  Khanyile Clan Praises

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Previous

Izithakazelo zakwa Langa 😍 Langa Clan Praises

Next

Izithakazelo zakwa Jiyane

1 Comment

  1. Prosper

    Thanks for writing this clan umlando bengazi izithakazelo zami namhlanje no lwazi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: