izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwa-Madondo
Izithakazelo zakwa-Madondo Mnquhe, Wena waseQhudeni, Zikode kaNgaba, Mwelase, Mpukane kaMgedeza, Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi, Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!