clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Magubane

Magubane
Nkomose
Dibanto
Thole
Malinga
Wen’owalinga intaba zaganana
Nhlunu emhlophe,engaba bomvu
Ngeyomlandakazi
Mzilankatha
Msenganduna namathokazi
Ndlandla
Kubheka
Jiyane
Nongalo
Wena ophika nelanga
Didiza
Msuthu wasenhla
Zibaya,Snquma

Previous

Masukume

Next

Izithakazelo zakwa Nzuza

2 Comments

  1. bengisacela ninginike izithakazelo eziningi zakwa Magubane ngisathole ezincane

    • Njabulo Magubane

      Cela impela nkomose kwanami umfwenu anganlisekile

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: