Mathe Clan Names 😍 Mathe Surname:

Ncanana, Mzilankatha, mathangamahle afanele ukwenziwa, Thenjwayo kaMfeyane, Gubevu olumehlabomvu, wen owashanel’zibi wabeka emnyango wabiza umkhwenyana ezobutha, mgabadeli, buhlalobuhle busemanzini, mpindela

Ncanana Clan Names

Izithakazelo zakwa Ncanana:Thenjwayo, Mfeyane,Dlakude, Mgabadeli,Mzilankatha!

Impi yosongo kayilwi

Impi yosongo kayilwi kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe.....baze bashayane ngezandla.