izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwa Mbingo
Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ekhaya ngokubolisa inkaba kubatwana, Msuthu wasenhla, Mbingo