izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwa Mbokazi
Mbokazi, Donda kaMthaniya, magembe sobandla, lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona ezindizela phezulu, kethekeli, uthi engethekela izwe life, uthekela Kwandodakazi kuphela.