izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwa Mbonambi 
Mbonambi Clan Praises Mabhodla, Mbuyazi! Ngiba kaMananga, Wena owaya ngaphesheya kwezilwandle wabona abantu abazindlebe zikhany’ilanga, Mabuya nomuntu abuye nenkunzi, Ndunakazi!