Izithakazelo zakwa Mkhondo

Mkhondo, Mpangazitha, Mahlasela, Vezi kanoNene, Uvezi akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela, Zikhundl`ezimbili, esokulala nesokuthamela, Nina bakonkomo zeza nomungu njengamabele, Maqomboli kakhohlwa zindlela abadala zibakhohliwe, Wena wakasilengela ntabeni engakhe ntabeni, Nsele kaLinda mkhonto! More about Mkhondo 🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos