Izithakazelo zakwa Ndunakazi Clan Names

Ndunakazi Nophiko Mgezane Mangena ngezith emzini weny ndoda Nsondo Mageza ngobisi amanzi ekhona Okwengezwe omunye obekade evakashele lelikhasi: Ndunakazi,Nophiko,Nonkula ngamazwi,Nombungazela,Mbuyazi,Mbonambi,Nsondo,Gubewu,Mangena ngezitho emzini wamadoda,Ndluyeya,Mgezane, Mageza ngobisi abanye begeza ngamazolo!! Ngokomlando engawuxoxelwa gogo wami u Bhejinkani owayegane u Mavikazishintshe uyise Mkhulu wami ozala ubaba uthi “Isibongo sakwa ndunakazi isibongo esadabuka esibongweni sakwa Mbonambi lapho khona usisi nobhuti … Continue reading Izithakazelo zakwa Ndunakazi Clan Names