Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Nkosi

  • Ndlangamandla,
  • Mphazima, Mntungwa,
  • Mawandla kaNdlela,
  • Nina baseMandlovini,
  • Mlotshwa, Siwela,
  • Mphazima kaLanga,
  • Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
  • Mabuya sezembethe’ugogwane,
  • Mlotshwโ€™akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
  • Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
  • Nkonjane yenkosi,
  • Mpangazitha!

Zikhona izikibha, xhumana nami: 061 868 5163

t-shirts: R200
Hoodies: R400