Find your Surnames Meaning, History, Origin & Clan Names

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Izithakazelo zakwa Nkumane

Nkumane, Mzizi, Mpenduze, Sonane kaMkhawu, Dubazane nibabi bafazi bakaZitha ngokulwa ngemikhonto, wena kaJama mahle amaZizi adlela ebuqhaweni, abalandelayo bayowela nina niwela ngey’hlengela zemfula

Nkumane !

Ukuthwala ngeqoma

Ukuthwala ngeqoma Kusho ukuthembela entweni iqoma yinto eyakhiwa ngotshani obuqinile ukuze ikwazi ukuphatha okuthile, yakhiwe njengomphongolo.....isetshenziswa ukuphatha izipho intombi esuke Read more

Impi yosongo kayilwi

Impi yosongo kayilwi kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe.....baze bashayane ngezandla.

Previous

Izithakazelo zakwa Mpila

Next

Budaza Clan Names

1 Comment

  1. sawubona Nkumane, ngicela ukwazi uNkumane uxhumana kanjani namaZizi akwaDlamini, Jama ka Sjadu, Fakathi, Nomane… Ngicela ungibalele umlando wakwaNkumane nokuphuma kwabo…

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: