Izithakazelo zakwaShabalala
Mshengu Shabalala
Nina bakwaHlongomvula
Ludonga lukaMavuso
Ninβ enaqedβ uBombo ngokuhlehletela
Nina bakwasidwaba sinothuli
Singabancwaba seza nomlandakazi
Nina benkonkoni yasemazwaneni
Nina baseSwazini
Nina bakaMswati
Umgxobela ziyawela
Zilibangise khona kwelakubo
KwelikaSobhuza
Laphβ inkaba nomsuka kukhona
Leave a Reply