izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwaJali
Jali Ngcolosi Mepho Shongololo Bhengu Lamula Nina enaphuma etsheni likaNtunjambili elingaphunywa ngabantu liphunywa zinkonjane. Nina enalala nomunwe kwaphuma ilanga