Mbotho, Mshikilane, Ndlangamandla, Mtolo, Mdwangubo, Sihlahla esigogquzayo! Malandelwa zintombi zithi ngizeke!
Izithakazelo zakwaMlotha
Mlotha, Nyoka, Gaza, Sihlahla so myezane esamila enkundleni okwathi uma kungena ubusika sawohlaka.Ovale ngamakhanda amadoda!abanye bavale ngezicabha . Wena Ombambo Read more
Izithakazelo zakwa Nkosi
Izithakazelo zakwa Nkosi Ndlangamandla,Mphazima, Mntungwa,Mawandla kaNdlela,Nina baseMandlovini,Mlotshwa, Siwela,Mphazima kaLanga,Nina bakwaLanga libomvu, elashis'amabel'ezikhuthali,Mabuya sezembethe'ugogwane,Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl'uyahlala,Wena owaphath'induk'emnyama washay'amanzi, kwavel'udaka,Nkonjane yenkosi,Mpangazitha! Read more
Leave a Reply