izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwaMadondo
Izithakazelo zakwaMadondo Mnquhe, Wena waseQhudeni, Zikode kaNgaba, Mwelase, Mpukane kaMgedeza, Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi, Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!!!