izithakazelo.blog
Izithakazelo zakwaMashiyane
Izithakazelo zakwaMashiyane Sondaba, Sontshibe, Wena waseMthandeni. Skhabe, Wen’owakhab’inkosi ngonyawo akwaba `ndabazalutho, yavuka kwaxolisa yona, yathi: “Phepha Sondaba!”!