Izithakazelo zakwaMasuku

    • Ndwandwe,
    • Zisongo,
    • Mkhatshwa,
    • Zwide kaLanga,
    • Nhlane,
    • Mthondo wethusi uyacwebezela,
    • Thunda bathole abafokazane,
    • Snqamu sobhedu,
    • Maphanjwa!
    • Mgano owamila emini ebusuku wawohloka,
    • Wena owaguda inkomo nethole layo,
    • Sihlahla esingahlalwa zinyoni,
      Zwide KaLanga.
  • Umlando wenkosi uZwide kaLanga, Nxumalo Clan History

    Nxumalo: king Zwide kaLanga history UZwide kaLanga (1758-1825) wayeyinkosi yesizwe sakwaNdwandwe (Nxumalo) kusukela ngeminyaka yawo-1805 kuya cishe ngowe-1820 Wayeyindodana kaLanga Read more

    Izithakazelo zakwaMkhatshwa

    Izithakazelo zakwaMkhatshwa Zwide kaLanga, Ndwandwe, Nxumalo, Okhabangezinde nezimaqhukubezana, Nkabanhle, Wena wase Gudunkomo, Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu, Nkomo Read more