izithakazelo zakwaMsimango

Msimang
Thabizolo
Nonkosi
Mhlahlela
Zinhloko zobafo
Sisinda asisophuki sihlula madoda
Umpande olumkenkenke!
Mthembu, Msimango, Mseleku, Msibi

Mthembu Qhudeni, Mvelase owavele Nyandeni, Mvelase ka Guda, Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi. Izithakazelo zakwa Msimango Thabizolo, Read more

Izithakazelo zakwaMsimango

Izithakazelo zakwa Msimango Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa, Wena kaSengama umuntu ngejozi, Wena owehla ngesilulu abafokazane behla ngezinyawo, Pembe kaLokothwayo, Ngelengele!