Find your Surnames Meaning, History, Origin & Clan Names

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Mathenjwa Clan Praises🙌 Izithakazelo zakwa Mathenjwa

Mathenjwa Clan Praises, Izithakazelo zakwa Mathenjwa:
Mathenjwa
Mgabadeli
Wena owagabadela inkundla kabulawayo

Dladla
Sishi
Gamula
Mageba
Ndabezitha

Wena ongayidli imbuzi ngoba usaba umsila obheke phezulu

Wena owakha umhlanga ekhaya abanye bewukha entabeni
Wena waseManyiseni

Izithakazelo zakwa Ncube

Ncube Mzilankatha Gabadeli Nhlansi Khambule Inkatha kayingen'endlini, Yangena kubola izinkaba zabantwana, Nina bakaNkomo zilal'uwaca, Ezamadojeyana zilal'amankengana, Mlotshwa, Malandel'ilanga umaliyoshon'emaNcubeni, Mpangazitha, Read more

Izithakazelo zakwa Dladla

Izithakazelo zakwa Dladla Mgabadeli, Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo, Gadlela, Dwala, Mpembe, Mhlophe, Vezi, Dladla, Mhlophe, Nyazitha, Magalel'agoqe njengeshongololo!

Previous

Izithakazelo zakwa Manatha

Next

Ralulimi Clan, Surname Meaning, Ralulimi Origin, Ralulimi History

2 Comments

  1. Hlobsile Mathenjwa

    This is an assignment to all the Mathenjwa’s to dig into their origins. Lets join hands boNdabezitha and protect our rich history. Am not happy with what I see…its incomplete.

  2. Good point ndaba

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: