clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Mlambo 😍 Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mlambo

Mdineka,
Sishange, Maphisa,
Gubhuza, Ndlanzi,
Mlambo omkhulu ongawelwa ‘muntu,
Chibi!

Previous

Mlaba 😍 Izithakazelo

Next

Mlangeni 😍 Izithakazelo

7 Comments

  1. Mlambo, Mbinga, Khakhaza, Lusiba, Ncwabane, Mazibuko, Ngwangwini, Bhinitha, Ncwabane, Dladla, uMlambo ongawelwayo, owelwa zinkonjane zodwa, zona znamaphiko amade

  2. mlambo gubhuza mfula ongawelwa owelwa izinkonjana eziphaphela phezulu emafini gubhuza kamaphisa mabhedla sishange chibi elikhulu elingawelwa mdineka

  3. MLAMBO BINITA UNCWABABE KHAKHAZI MAZIBUKO MLAMBO ONGAWELWA NGABANTU OWELWA ZINKONJANE KUPHELA

  4. Gasa uyangena ko Mlambo?

  5. Mlambo sishange SikaMabhedla
    UMabhedla ese ndlovana
    Mabhedla obaba njengojobe kwaMahaqwabezi
    Nina BakwaPhisa ongaphiswa lutho ophiswa ulaka
    Sithole sasekhaya mandeku! Shango!
    Nina BakwaVezi ozivezayo
    Mdineka ! Nhlabathi ! Manzi!
    Nina bakanobanda ngimsasane
    Isihlahl' esiband' amagwala
    Nina bakantshika ntshika
    Entshikeze phansi KweSandlane enabonwa abazingeli BakwaMfekana
    Nina bako makhokhoba ngenkom' iye mhlangeni
    Mlambo omkhulu ongawelwa muntu uwelwa zinkonjane zona' enizi nezimpiko
    Wena owabulalumuntu engenacala ngobengeyona inhlambi

    Sishangi,ndwandwe,nkwali,gasa,mthimkhulu zwide kalanga weno wagwinya ogodo olubanzi
    Nina basemachibini mlambo

  6. Mabhedla asembovana kamahaqwabezi

  7. MLAMBO, MABHEDLA, MAPHISA

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: