izithakazelo.blog
Mqadi 😍 Izithakazelo
Izithakazelo zakwa-Mqadi Mbuyisa,Hlobose, Nobekela,Sosingath’owasingath’ingwe nengonyama, Nina enasuk’enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel’imbewu ngophondo,Jakaja!