Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwaNkomzwayo

Mlotshwa!
Mashishiwane,
Mkhombe kaBhazwana,
Nyoseyenza kube butilitili,
Nina bakaMxhakazela zitha,
Siqongo esinojojo,
Jabebaleka ntimbili kwaMgangadi
Nina bakwaChominjedukwini
Nina bakoBhija
Mdladla!