AbakwaMasuku π Masuku Origin π Masuku Clan π Izithakazelo Zabakwa Masuku π Umlando Wabakwa Masuku Abantu bakwaMasuku kusengabantu bakwaNdwandwe. Abantu bakwaNdwandwe badabuka ngasezintabeni amaGudu.Lezi yizintatshana ezengamele umfula uPhongolo.Ngakho-ke kusashiwo uma kukhulekwa kwaNdwandwe, kwaNxumalo kumbe kwaMasuku kuthiwe ”Ndwandwe waseGudu”noma kuthiwe nina base’Gudunkomo’.iNdlu yaseKhohlo yaMaNdwandwe nokuyindlu yakwaNxumalo yona yazinza ngasentatshaneni iTshaneni enyakatho yomfula uMkhuze nalapho sekulidolobha laseMkhuze […]
Search results: "Abantu Bakwa Mbatha" Page 2 of 8
Umlando Wabantu BakwaSibiya OSibiya baphuma KwaZulu endlini encane kaNdaba. Kulendlu uNdaba wazala uGumede, owazala uZingelwayo noZembethe. UZingelwayo noZembethe bazalelwa emzini kayise uNdaba KwaMpokoloshe, owayakhe ngaKwaNobamba. Lamadodana kaGumede aba neziphiwo ezahlukene. UZembethe wayenesiphiwo sokuzingela izinyamazane. UZingelwayo (Gubeshe) wayenesiphiwo sokuthanda imfuyo, izinkomo. Nazo- ke zamthanda kakhulu, zanda. Lamadodana kaGumede asuka KwaMpokoloshe ngokwehlukana. UZembethe wasuka wayokwakha ngaseziNtabeni zasoPhathe […]
Abantu bakwa-Ncube bankabayinye nabakwa-Khambule, Mlotshwa, Shezi, kanye nabantu baseziBisini. Ngomlando wakwethu, nansi inqolobane yama-Ncube, funda futhi uyigogose. At the time of the entry of the Ntungwa-Ngunis into the Vryheid district out of the south-eastern Transvaal, and their subsequent break-up there into numerous clans, there was among them a certain leader named Mlotshwa. From this Mlotshwa […]