Izithakazelo zakwa Maphisa Vezi, ngwane, gazelinconjiwe nasasa lobe linconjiwe, y’sinde zamanye amadoda, mphakulo onjengabantwana !
Search results: "Maphisa" Page 2 of 4
Maphisa: Mlambo, Sishange, Mabhedla, Mtshali, Nkwali, Ndwandwe, Mdineka, Mthimkhulu, Zwide kaLangaMaphisa wena ongaphiswa wuthuvi kepha ophiswa ‘ulaka, Gubhuza, Vezi, Mlambo omkhulu ongawelwa abantuย owelwa zinkonjaneย zon’ ezindiza phezulu !!!
Zwide kaLanga!Wena waseGudunkomoWena owahlaba inkomo wasipha,Wena wesihlahla esincaneEsihlala izikhova zabathakathi. Khasakhasa lwakaNtombazi,Magaqa ngezandlaEyoshona kwaMashobane,Ngisho noyise uLangaAkaze angene khonaKodwa sambona esengaphakathiKwaMashobane. Uzwide kaMagqangqula,Imamba ekhwela amagudu amabiliKwathi kwelesithathu yajilinganaYamudla umuntu yamushiya isibindi.Ubusibindi ungakanani wena ZwideUngadla umuntu umshiye isibindi? Isililo asikhalwanga kwaMashobaneNgoba besaba ukuthela umkhwenyana ngezinyemezi.Uyajabula-ke wena Mzilikazi owake walwa noZwideWambona evunuleKwaye kwayiyizela udadewabo kaZwide uNozimpethu. Ndwandwe waseGudu!Nkabanhle!Sbhaxa!OkaSothondose […]